Simmy Amazwe Lyrics, Simmy ft Nkosazana Daughter Amazwe Lyrics
Oh mina ngibhala lencwadi
Ngiyethemba ukuthi izofika kuwe
Ngoba impilo ayisafani
Mpilo ayisafani ngaphandle kwakho.
Oh mina ngibhala lencwadi
Isuka enhlizweni yami
Ooh mayifike enhlizweni yakho
Oh oh oh.
Ngoba mina
Ngihambile wonke amazwe
Ngihambile wonke amazwe
Ay akekho ofana nawe
Ay ay ay akekho ofana nawe
Oh ngihambe wonke amazwe.
Ngihambile wonke amazwe
Ngihambile wonke amazwe
Ay akekho ofana nawe
Ay ay ay akekho ofana nawe
Oh ngihambe wonke amazwe.
Ngokwazi kwami
Ingqondo yami
Kanye nenhliziyo mmm
Sekuvumelene
Ukuthi akekho ofana nawe
Ngokwazi kwami
Usengowami
Noma bengathini
Ubambo lwami
Yebo phela nguwe dali
Yebo phela nguwe dali!
Ngihambile wonke amazwe
Ngihambile wonke amazwe
Ay akekho ofana nawe
Ay ay ay akekho ofana nawe
Oh ngihambe wonke amazwe.
Ngihambile wonke amazwe
Ngihambile wonke amazwe
Ay akekho ofana nawe
Ay ay ay akekho ofana nawe
Oh ngihambe wonke amazwe.